Lolu hlelo Iusebenza kanje:
Amakhaya asebenzisa amanzi angaphansi kwamalitha awu 6000 ngenyanga eyodwa akumele bakhokhe. Abantu abasebenzise
ngaphezulu kwamalitha awu 6000 ngenyanga eyodwa kumele bawakhokhele wonke lawo manzi.
Sonke siyawadinga amanzi ukuze siphile.
Baningi abantu abahluphekayo abangakwazi ukukhokhela amanzi abawosebenzisayo.
Uhlelo lwamanzi amahhala lwaqala ngomhlaka 1Januwari 2002. Loll! hlelo lunikezo wonke umuntu owongayo amanzi ithuba lokuthola amanzi mahhala.
Zimbili izinhIobo zamamitha. Iluphi uhIobo onalo ekhal:la Iakho?
- -
. . . Imicibisholo ihambanjengezinti zewashi.
Ikhombisa amanzi asebenzile.
·,2,
.. ' .. . ..
'f:: . :- " J " , '
, "
Le mitha iveza amalitha awu- 4 153 625,9 amanzi asetshenzisiwe. Imitha yakho ibhaIa kupheIa
amakhilolitha, Iezi izinombolo ezine zokuqala, 4153.
Mangaki amakhilolitha avezwa imitha ngayinye?
~
- - - -Le mitha iveza amalitha amanzi awu-1 526 918,9.
Lokhu kusho amanzi angaphezulu kwesigidi nohhafu asebenzile. Isisebenzi sikamasipala esifunda
amamitha sifunda amakhilolitha kuphela. ngakho-ke sizobhala 1526 kuphela.
Lolu hlobo lwemitha alufundeki kalula. Kumele uqale ubuke izinombolo ezibhalwe ngenhla bese ubuka indilinga ngayin!:Je, bese uthola ukuthi imicibisholo ikhomba ziphi izinombolo. QaIa ngendilinga ephezuIu ngasesandIeni sokudIa.
Kungaba into enhIe ukuba uzifundele isitatimende samanzi ukuze ulandele ukuthi ukhokhiswa ngokufanele yini.
i.N~i~~]~b~!hr?lT}:a~ziesebenza endlini yakho, izinombolo
/i.j~~lqk,ht::~(~hi~tsha'zikhombis'e' amanzi asebenzile
• • • , , ''. . . .~~. ' .~., . . . "• • • ;;.0.•• . . ' • •
·'~go.~u,rican~'bawo.'K~ama~ye'amamitha lezi zinombolo
·,~.tk~~;nji~.~~;~g~l<\yesokUdla'
kan'ti k\yamanye zikhonjiswe-:----~ _I:,ezi,n~i1ingenieZinca1l8 ngakwesobunxele.
Water Action Campaign (WAC)
Uma ninezinkinga zamanzi endaweni yangakini, nifuna ukulusukumela 1010 daba, ningashaye!a abakwa-WAC. Ningakhuluma noNonono Mbambo(0725465869)noJulie Smith(072 4176749).
Inombolo yamahhala ongayishayela: 0800 001868 _m!liIIm!lt!!I)~~r:!r2.'IIrA'Il2,5,~
.. """""'.
-:~=."""'f"""'j!;Vala bonke ompompi emzini wakho. Qikelela ukuthi akekho oshaya ithoyilethi noma osebenzisa amanzi ngesikhathi wenza lokhu. Hamba uyohlola imitha yakho ngesikhathi sebevalwe bonke ompotnpi. Uma kungekho ndawo econsayo, akumele izinombolo zishintshe noma zihambe ngoba bonke ompompi bavaliwe.Vma zihamba izinombolo kusho ukuthi ikhona indawo econsayo.
Ungahlola kanjani ukuthi unayo indawo econsayo?
Ubani okhokhela
ukulungiswa kwepayipi?
,llt\,Illt.I
"'l
t"J,
~i(
,II(
~Ii (I~
.. i.q,
Amapayipi 11\1(((, I ~•• --.::;:::.••-:••
",angaphansi••_':~ •• _. --~. Amapayipi angaphansi
" ~.-.:.~-~ t-
, ~:;--~~ ((lll
", ' , . l Ngemuva kwemitha
',', Umaslpala kumele uwena ozokhokhela
'<\
alungise mahhala ukulungiswa kwepayipi, " ~'JI
Ipayipi ", '' 'I,),
..,.
elikhulu ',', ItI
, ' t (
angaphansi , "\, , VtIY,
Vmaungakwazi ukuzilungisela leyo ndawo econsayo, ungacela umasipala eze
kokwenzela kodwa uzokukhokhisa imali
J
uma ukuconsa kungale kwemitha. Le mali ~
ungakwazi ukuyikhokha kancane ~-- (~~;=--~
kancane. ~-~
Vma amanzi econsa kusukela kwimitha kuza emzini wakho, uwena ozokhokhela lawo manzi aconsayo. Kufanele wenze imizamo yokulungisa ipayipi noma umpompi. Kanti uma amanzi econsa emitheni qobo noma epayipini eliza . kwimitha yakwakho, umasipala uyena ozolungisa akhokhele Iowa msebenzi.
Baningi abantu abanompompi noma amapayipi aconsayo emizini yabo.Vma kwenzeka lokhu emzini wakho kusho ukuthi kunamanzi amosekayo. Lokhu kuphinda kumose imali ngoba kufanele kube khona owakhokhelayo la manzi aconsayo.Vma uwakhokhela amanzi kusho ukuthi uzokhokhela namanzi ongawasebenzisanga.Vma ungeyena umuntu okhokhayo kusho ukuthi siyakhula isikweletu sakho. Kuyinkinga lokhu ngoba vele uyogcina ukhokhile.
Ukuconsa kwamanzi
Abafakela amapayipi aya endlini kuba abantu abazimele okungebona abakamasipala. Kuyenzeka bafake amapayipi ashibile asheshe aconse. Kumele bakupheshele mahhala kuze kuphele iminyaka emibili.
Ukuconsa kwamanzi kungadalwa izinto ezehlukene:
• Vmpompi ongavaleki kahle. Kungenzeka ukuthi umpompi wakho awuvaleki kahle nje ngoba usudinga irabha entsha. Le rabha ayibizi,
ungazithengela yona. Qaphela ukuthi ~ ompompi abalingani, ngakho-ke thola~
usa!:jizi ofanele werabha.
• Kungaba neconsi lapho kuhlangana khona amapa!:jipi.
• Kungaba neconsi ngenxa !:jepayipielibhobokile noma eselithombile. Kungenzeka ukuthi livuza nje lingaphansi komhlabathi alivele obala.
Vma kunendawana elokhu inotshani obuluhlaza nobukhula kakhulu kunobunye kungenzeka ukuba kunokuvuza epayipini elingaphansi.
Kubalulekile ukuwalungisa amapayipi avuzayo. Vma engalungisiwe kulukhuni ukuthi umuntu
angasebenzisa amanzi angaphansi kuka 6000 litha ngenyanga. Lokhu kusho ukuthi uzokhokha kakhulu.
Amanzi a!:jisipho semvelo esiyigugu, ngisho ngabe akuwena ozokhokha akufanele uwamose amanzi.
Water Action Campaign (WAC)
Abomkhankaso wezamanzi bazohambela imiphakhathi kusukela ngomhlaka 17 ku 21 Mashi. Thola ngalokhu ekhasini lokuqala noma ubashayele ucingo.
Uma ninezinkinga zamanzi endaweni yangakini. nifuna ukulusukumela 1010daba, ningashayela abakwa-WAC. Ningakhuluma noNonono Mbambo (0725465869) noJulie Smith (0724176749).
Inombolo yamahhala kamasipala: 0800 001868
. .r: ;:,I·
~ .. t: .,
. ..·t
ngawo emakhilolitheni awu 6 (R5.62 : ikhilolitha) .~'
9 Y
ngenyanga. Amanzi asebenza kakhulu-ke uma kunezingane, kunabantu abadalci noma uma kunabantu abagulayo ikakhulukazi
asebeguliswa yingculazi. Baningi abathi ayikho indaba yaffianzi amahhala, wena uthini?
-l:Jl,';
kwamalitha awu 6000 ngenyanga eyodwa ',akumele ukhokhe. Uma weqile ku 6000
ngenyanga kumele uwakhokhele wonke lawo manzi, aWuwatholi amanzi amahhala.
Hlola isitatimende sakho ukuze ubone ukuthi uyawathola yini amanzi amahhala? Xhumana nomasipala uma unenkinga.
Uma ikhona indlela, ungalokothi uyeke isikweletu sakho sikhule, xoxisana nomasipala ukhokhe kancane kancane.
, TAX INVOICEj
..•. ';": .f'r,l. ;.'f ••••••~"I'. -. t
.-:'...•:':,... \\
. ~
. • ..:...,.,,,;..••••••~. • " . ' to •i CONSOLIDATED BILL
VAT REGISTRATION No, 46COI078J5
R RESTRIC TION
SUPPLY Isitatimende sakho sikhombisa amanzi owasebenzisile ... '-.' ... . , - - . _0 - - .- - .- ...
NO'JRA8L£JPROFiDRiREV,;MR.;MRSAllSS. ngamakhilolitha. Ikhilolitha elilodwa lilingana namalitha awu
1000. Kusho ukuthi amakhilolitha awu 6 enza amalitha awu 6000.
igama nekheli \
Ng'abe umndeni wakho usebenzisa rigaphezulu
.. ' kuka 6kl ngenyanga? Ngabe kudalwa yini
ALLOCATION 0486
lokhu? Abantu abaningi bathi amanzi awu 6kl
»»»> 9 1840 3686 4420 C3
ACCOUNT NUMBER ....,ARREARS>:: '!;\IF\RENT ACCOUNT';_Ui,..lIiI11I1:jJ>I , ngenyanga mancane, awenele ukupheka,
'" ...
8836,21 ,;,:,238~}6 " 90743j ukuwasha, ukugeza, ukuphuza nokunye.
, 3 45629875" '
~~\"ooo-.;~-IC~~. ' . " . , Imindeni eminin i isebenzisa 20kl ku a ku 25kl
Msunduzi Municipality
Isibonelo se-akhawunli yangempela.
Yonke imininingwane yomnikazi ishintshiwe.
odlule. Usebenzisa amanzi angakanani? Ngabe uyakhona ukuwakhokhela lawo manzi?
Ungakwazi yini ukwehlisa indlela osebenzisa ngayo amanzi? Ngabe ukwehlisa ukusebenzisa amanzi kuzojivaZQ isimo sempilo emndenini wakho?
'LIA5LE FO OF WATER
~.. ,7.. ";";'.. , , , . · , ,
S~LANCE AT LAST M
22/0. \I A 652:
WATER PERIOD FliiST 6 KL OVER 6 Kl SEWERAGE' REFUSE REMOVAL '*VAT @ 14%
Ekuqaleni kwenyanga bhala phansi izinombolo,
ezisemitheni yakho: Zibhale futhi ekupheleni kwenyanga.
Uma ususa inombolo yasekuqaleni kwenyanga kuleyo ' yasekupheleni, uzothola inani lamanzi owasebenzisile.
NAME 'O':'TE . .
: ffi .THEHO
.:~
r-.'~~
,d
. ',«:~: t;
: ~
~'~.~:~
:,~
t: ..~.:..' ."f · •. :.
; ~ ~
Inombolo yamahhala ongayishayela: 0800 001868 Ekupheleni kwenyanga
ekuqaleni kwenyanga - amanzi owasebenzisile
6528 khilolitha 6495 khilolitha 33 khilolitha
Water Action Campaign (WAC)
Uma ninezinkinga zamanzi endaweni yangakini, xhumanani nekhansela kanye nomasipala njengomphakalhi. Ningasibhalela ekhelini lelhu
elingenh~aukuze izincwadi zenu sizidlulisele kwabakwaWAC.